ICOSATU ifuna limukelwe njengeqhawe inxusa lakuleli elixoshelwe izinsolo zokukhuluma kabi ngoMengameli waseMelika, uDonald Trump.
UKUZIBUYISA zishisa izinduku kwe-Orlando Pirates inqoba kwiMamelodi Sundowns kube wubufakazi enhliziyweni kaJose Riveiro ukuthi akazikhohlisi ngokuqhubeka nokukholelwa ekutheni akuphelile ngeqembu ...
UVUME iphutha abalenza benguhulumeni uMengameli Cyril Ramaphosa, lokuthi bangayibeki eqhulwini eyokugxila nasekuthuthukiseni i-Early Childhood Development (ECD), emfundweni yakuleli njengoba ...
Abantu baseNanda abahlangane babhunge lolu daba ngokubambisana nenkosi yamaQadi, ikakhulukazi amalungu ebandla. Akubekwe eceleni ukwehlukana kwawo ngoba onke angakaBhombela,futhi lolu daba seluvukela ...
UTHANDO lwamakhasimende yilona oluhole indawo yokudlela iJohn Dory's ukuba isungule uhlelo lokunikeza amakhasimende ikhono elisha ebe ezijabulisa ngeziphuzo ezimnandi. Leli yikhono lokufunda ukwenza ...
AQHUBEKILE nokufiphala amathemba eKaizer Chiefs okuqeda kwiTop 8 ekupheleni kwesizini ngesikhathi ishaywa yiRichards Bay FC emdlalweni weBetway Premiership eKing Zwelithini Stadium eMlaza, ntambama.
KUYALELWE izitshudeni ezinganeme ngokuchithwa yisikhwama i-National Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), ukuthi zisheshe ...
Ohlelweni lwangeSonto kusale uKarabo “Jojo” Sejojo (22) waseBloemfontein, Uyanda Hlangabezo(23) waseGqeberha, Fortunate “Nate ...
UKUNGASITHOLI isikhathi esanele sokulala uphumule phakathi nezinsuku ngenxa yomthamo omkhulu wezinto abantu abasuke bematasa ngazo, kwenza abanye baziduduze ngokuthi basuke bezophumula kahle ...
Akukho-ke ukungabaza ukuthi iNingizimu Afrika kuzomele ifunde ukuma nokuthola abangani abaningi abasha ngale ...
Phakathi kokugula obekumhlasele kubalwa ukushodelwa i-iron nokungabi negazi elinempilo (anaemia). Umndeni uthe uYallunder ulwile kakhulu nokufa isikhathi eside kwaze kwamenela.
UKUGXAMBUKELA kwabantu abasaceleni abangahlangene nabangazi lutho ngesihlalo sobuKhosi bamaZulu, ngenye yezinto okukhale ngayo futhi yakhuzwa ngabanekwabo beSilo esesabuza iNkosi uZwelithini ...